facebook google twitter tumblr instagram linkedin
  • Ekhaya
  • Izwi lesonto
  • Izwi losuku
  • Xhumana nathi

IBHAYIBHELI NGESIZULU


 Emva kwalokho kwafika izwi likaJehova ku-Abrama ngombono, lithi: “Ungesabi, Abrama, ngiyisihlangu sakho; umvuzo wakho uyakuba mkhulu kakhulu.”

UGenesise 15:1
Disemba 31, 2021 No amazwana


Engcingweni yami ngakhuleka kuJehova, uJehova wangiphendula endaweni ebanzi.
AmaHubo 118:5

 

Disemba 25, 2021 No amazwana


ukuthi nizalelwe namuhla uMsindisi onguKristu iNkosi emzini kaDavide.
NgokukaLuka 2:11
 

Disemba 24, 2021 No amazwana



Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni.
NgokukaJohane 1:9

 

Disemba 18, 2021 No amazwana



Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa;
KwabaseRoma 10:9

 

Disemba 11, 2021 No amazwana



Wozani; masikhuleke, sikhothame, siguqe phambi kukaJehova, uMenzi wethu.
AmaHubo 95:6

 

Disemba 04, 2021 No amazwana




Nkulunkulu, dala kimi inhliziyo ehlanzekileyo, uvuse umoya oqinileyo phakathi kwami.
AmaHubo 51:10

 

Novemba 27, 2021 No amazwana

Ngokuba umhlaba uyakugcwala ukwazi inkazimulo kaJehova, njengamanzi asibekela ulwandle.  UHabakuki 2:14


Ngokuba umhlaba uyakugcwala ukwazi inkazimulo kaJehova, njengamanzi asibekela ulwandle.

UHabakuki 2:14
 

Novemba 20, 2021 No amazwana

Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.  AmaHubo 16:11


Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.

AmaHubo 16:11

 

Novemba 13, 2021 No amazwana

Ngokuba noma izithembiso zikaNkulunkulu ziziningi kangakanani, kuyena zinguyebo, ngakho-ke ngaye zingu-Amen futhi, kudunyiswe uNkulunkulu ngathi. 2 kwabaseKorinte 1:20

 Ngokuba noma izithembiso zikaNkulunkulu ziziningi kangakanani, kuyena zinguyebo, ngakho-ke ngaye zingu-Amen futhi, kudunyiswe uNkulunkulu ngathi.

2 kwabaseKorinte 1:20
Novemba 06, 2021 No amazwana
Zimnandi kangakanani ezintabeni izinyawo zoletha izindaba ezinhle, nomemezela ukuthula, obika izindaba ezinhle, ezwakalise ukusindiswa, oshoyo kulo iSiyoni ukuthi: “UNkulunkulu wakho uyinkosi.”  U-Isaya 52:7
Zimnandi kangakanani ezintabeni izinyawo zoletha izindaba ezinhle, nomemezela ukuthula, obika izindaba ezinhle, ezwakalise ukusindiswa, oshoyo kulo iSiyoni ukuthi: “UNkulunkulu wakho uyinkosi.”

U-Isaya 52:7
Okthoba 30, 2021 No amazwana
Newer Posts
  • Home
  • Privacy Policy
  • Xhumana nathi

Follow Us

Labels

izwi lesonto Izwi losuku

recent posts

Blog Archive

  • ►  2023 (2)
    • ►  Meyi (1)
    • ►  Ephreli (1)
  • ►  2022 (44)
    • ►  Disemba (1)
    • ►  Okthoba (2)
    • ►  Septhemba (4)
    • ►  Agasti (5)
    • ►  Julayi (4)
    • ►  Juni (4)
    • ►  Meyi (5)
    • ►  Ephreli (4)
    • ►  Mashi (4)
    • ►  Februwari (5)
    • ►  Januwari (6)
  • ▼  2021 (11)
    • ▼  Disemba (6)
      • UGenesise 15:1
      • AmaHubo 118:5
      • NgokukaLuka 2:11
      • NgokukaJohane 1:9
      • KwabaseRoma 10:9
      • AmaHubo 95:6
    • ►  Novemba (4)
      • AmaHubo 51:10
      • UHabakuki 2:14
      • AmaHubo 16:11
      • 2 kwabaseKorinte 1:20
    • ►  Okthoba (1)
      • U-Isaya 52:7
FOLLOW ME @INSTAGRAM

Created with by ThemeXpose | Distributed By Gooyaabi Templates